ULINDELE ukuthi iScotland ibe yingozi njengenjwayelo uma sebedudulana ngeSonto omunye wabaqeqeshi bamaBhokobhoko, uDuane ...
UMHOLI we-MK, uMnuz Jacob Zuma, uncome iqhaza loqweqwe lommeli wodumo u-Advocate Dali Mpofu, oshiye i-EFF ngeqhaza alibambile ...
I-ACTION SA idalule ukuthi abantu bokufika bakweleta izibhedlela ezimbili zaseGauteng, uR1.1 billion ngokulashelwa umdlavuza.
BASOLA ukuthi ugajwe yisikhwele kumholi we-ANC odubule wabulala isoka lentombi okusolwa ukuthi ibimbhangqile. Umsolwa ...
NAKUBA ezame kaningi ukugwema ukunconywa ngempumelelo yakhe kwi-Orlando Pirates kusukela efikile umqeqeshi wayo, uJose ...
UDeli ubhale ekhasini lakhe kwi-Facebook ebonga ukuxhaswa abalandeli bomdlalo selokhu waqala. “Usuku lwethu lokugcina. Siyabonga bantu bakithi, nisithandile kulo mdlalo. Sinithanda ngothando luka-LOVE ...
IMEYA kaMasipala waseMhlathuze uMnuz Xolani Ngwezi ithi ukwakhiwa kwenxanxathela yezitolo eqanjwe ngoMntwana uMangosuthu ...
NAKUBA ikushayela elikhulu ihlombe ukudutshulwa kwezinkabi eziqotha abemboni ngamaphoyisa i-South African National Taxi Council (Santaco), kodwa ifisa sengathi kungakhona noma oyedwa osalayo ukuze ...
UJATSHULISWA wukuthi usenesithombe esingcono sokuthi iqembu lakhe liqine kuphi futhi lidinga ukuthuthuka kuphi umqeqeshi ...
UKUBONA isinqumo sabo sokusebenzisana emculweni sithela izithelo ezibonakalayo futhi sibachumisa kule ndima kwenze amaciko ...
UKUDLA izicoficofi, noshukela ngesikhathi ukhulelwe kungaholela ekutheni ingane ibe nezifo ezingamahlalakhona ezihambisana nendlela odla ngayo uma isikhulile.
OWESIFAZANE ukhihle esikaNandi elahlwa yicala lokuzama ukubulala isoka alichatha, waliphuzisa waphinda walibhunyela nge-acid oThongathi, eThekwini.