BASOLA ukuthi ugajwe yisikhwele kumholi we-ANC odubule wabulala isoka lentombi okusolwa ukuthi ibimbhangqile. Umsolwa ...
NAKUBA ezame kaningi ukugwema ukunconywa ngempumelelo yakhe kwi-Orlando Pirates kusukela efikile umqeqeshi wayo, uJose ...
UDeli ubhale ekhasini lakhe kwi-Facebook ebonga ukuxhaswa abalandeli bomdlalo selokhu waqala. “Usuku lwethu lokugcina. Siyabonga bantu bakithi, nisithandile kulo mdlalo. Sinithanda ngothando luka-LOVE ...
NAKUBA ikushayela elikhulu ihlombe ukudutshulwa kwezinkabi eziqotha abemboni ngamaphoyisa i-South African National Taxi Council (Santaco), kodwa ifisa sengathi kungakhona noma oyedwa osalayo ukuze ...
I-DA isidonse ngendlebe abantu bakuleli ukuba baqhubeke nokulwa nezinhlelo ze-Eskom zokunyusa ugesi ngemali eningi ngoba le nkampani imosha imali.
IMEYA kaMasipala waseMhlathuze uMnuz Xolani Ngwezi ithi ukwakhiwa kwenxanxathela yezitolo eqanjwe ngoMntwana uMangosuthu ...
UKUBONA isinqumo sabo sokusebenzisana emculweni sithela izithelo ezibonakalayo futhi sibachumisa kule ndima kwenze amaciko ...
UJATSHULISWA wukuthi usenesithombe esingcono sokuthi iqembu lakhe liqine kuphi futhi lidinga ukuthuthuka kuphi umqeqeshi ...
OWESIFAZANE ukhihle esikaNandi elahlwa yicala lokuzama ukubulala isoka alichatha, waliphuzisa waphinda walibhunyela nge-acid oThongathi, eThekwini.
UKUDLA izicoficofi, noshukela ngesikhathi ukhulelwe kungaholela ekutheni ingane ibe nezifo ezingamahlalakhona ezihambisana nendlela odla ngayo uma isikhulile.
NJENGOBA sekubalwa amasonto ngaphambi kokuthi kube wuDisemba, lapho abantu abaningi bazobe bengena indlela, kwaMercedes-Benz bethule ubutsetse bebhasi iV-Class V300d Exclusive ethuthukisiwe. Leli ...
UMphostoli Philani Zikhali we-African Gospel Church, owaziwa ngezinkulumo ezinohlonze, uzobe eyingxenye yalezi zinkonzo. Uthe ...